iShintsha iGiya Podcast
				<language>zu</language>
						<podcast:locked>no</podcast:locked>
iShintsha iGiya Podcast
Isiqephu 1: Hlola futhi uzilungiselele - Hlola ibhizinisi lakho futhi ulungise ngokwezimali
		<description><![CDATA[Ukulungele ukusa ibhizinisi lakho ezingeni elilandelayo? iShintsha iGiya Podcast ilapha ukuze ikuqondise kuzo zonke izigaba zenguquko. Ithulwa nguMpilo Khumalo. Lolu chungechunge lukuchazela ngeShintsha iGiya Toolkit, ewum’hlahlandlela wesinyathelo ngesinyathelo sokushintsha umzila noma ukulungisa isu lakho lebhizinisi.
Kulesisiqephu, sibhekana nezinyathelo ezimbili zokuqala ze-toolkit.
Isinyathelo 1: Hlola isimo sebhizinisi lakho.
Ngaphambi kokwenza izinguquko, kubalulekile ukuqonda ukuthi ibhizinisi lakho lime kuphi. Sizokusiza ukuthi uhlole imakethe yakho, ukuncintisana, amakhasimende wakho, kanye nokusebenza ukuze wenze izinqumo ezihlakaniphileyo, ezinolwazi.
Isinyathelo 2: Hlola isimo sezimali zebhizinisi.
Ukukhula kwebhizinisi kuza nezindleko. Lesisinyathelo siqinisekisa ukuthi ibhizinisi lakho lizinzile ngokwezimali, futhi lilungele ukuguqulwa. Funda ukuthi ungakuhlola kanjani ukuhamba kwemali yakho, izindlela zokuthola imali, kanye nezingozi zezezimali ngaphambi kokuthatha igxathu.
Thola iShintsha iGiya Toolkit bese ulandela: https://simplybiz.zendesk.com/hc/en-us/articles/360046018651-Change-Gear
Uhambo lwakho oluya empumelelweni yebhizinisi luyaqala manje. Vroom vroom iShintsha iGiya Toolkit ]]></description>
				<podcast:season>1</podcast:season>
		<podcast:episode>1</podcast:episode>
		<itunes:season>1</itunes:season>
		<itunes:episode>1</itunes:episode>
Isinyathelo 1: Hlola isimo sebhizinisi lakho.
Uhambo lwakho oluya empumelelweni yebhizinisi luyaqala manje. Vroom vroom]]></itunes:summary>
				iShintsha iGiya Podcast
Isiqephu 2: Cabanga & uphucule – Siza ibhizinisi lakho ukuthi lisebenzise izindlela ezintsha
		<description><![CDATA[Ukuqamba akukona nje okwama-artist. Kubalulekile kwimpumelelo yebhizinisi. 
Kulesi siqephu, umethuli uMpilo Khumalo uzokuhambisa esinyathelweni sesithathu se-Shintsha iGiya toolkit, ekusiza ukuthi uthuthukise imicabango emisha, ehambisana namandla ebhizinisi lakho kanye nezidingo zemakethe. Zonke izinguquko ezinhle zebhizinisi ziqala ngomcabango nombono onesibindi. Kodwa uqinisekisa kanjani ukuthi imibono yakho izosebenza ngempela? 
Lesisiqephu sigcwele izivivinyo zangempela kanye nemininingwane ongayisebenzisa yangempela ukukusiza ukuthi ukhiqize, ucwenge, futhi uqinisekise imibono engase inyuse ibhizinisi lakho, ilibeke ezingeni elisha.
Ozokufunda kulesisiqephu: 
• Kungani ukuqamba okusha kubalulekile ukuze uhlale uphambili emakethe. 
• Izindawo ezine ezibalulekile lapho ibhizinisi ngalinye kufanele ligxile ekusungulweni kwalo. 
• Izindlela ezisebenzayo zokucabanga, njengeBrain Storming, Mind Mapping, kanye ne-SCAMPER ukusiza ukuvusa imibono emisha. 
• Izindlela zokuguqula izinselelo kanye nobuthakathaka zibe amathuba okukhula, usebenzisa izindlela ezihlelekile zokuxazulula izinkinga. 
Umcabango ozosiza ibhizinisi lakho likhule uqala lapha. Vroom vroom. Download Change Gear Toolkit]]></description>
				<podcast:season>1</podcast:season>
		<podcast:episode>2</podcast:episode>
		<itunes:season>1</itunes:season>
		<itunes:episode>2</itunes:episode>
Ozokufunda kulesisiqephu: 
Umcabango ozosiza ibhizinisi lakho likhule uqala lapha. Vroom vroom.]]></itunes:summary>
				iShintsha iGiya Podcast
Isiqephu 3: Qinisekisa futhi Uhlele - Yakha idlela eya empumelelweni yebhizinisi lakho.
		<description><![CDATA[Imibono emikhulu idinga izisekelo eziqinile. Esiqephini 3 seShintsha iGiya Podcast, umethuli uMpilo Khumalo ukuhambisa esinyathelweni 4: Qinisekisa Lendlela entsha, kanye nesinyathelo 5: Thuthukisa Uhlelo Lwakho Loshintsho. Lezi yizinyathelo ezimbili ezibalulekile zokuqinisekisa ukuthi ibhizinisi lakho lakhelwe impumelelo yesikhathi eside.
Ngaphambi kokungena enguqukweni enkulu, kubalulekile ukuhlola imicabango nemibono yakho, uqinisekise isidingo semakethe, futhi wakhe indlela ezoguqula umcabango wakho ube yinto yangempela. Lesisiqephu sihlaziya konke, sikunikeze amathulusi okuqinisekisa, ukuhlela, nokwenza umnyakazo wakho omkhulu olandelayo ngokuzethemba.
Ozokuzuza kulesisiqephu:
• Ungaqinisekisa kanjani imicabango nemibono yakho, usebenzisa izinhlelo zokuhlola, ukuhlolwa kwe-MVP, kanye nezimpendulo zamakhasimende.
• Izithako ezibalulekile zohlelo loguquko oluyimpumelelo, ukusuka ekubekeni izinjongo kuye ekwabelweni kwezimali ngobuhlakani.
• Kungani ukulandelela ama-KPI nokwabela izibopho ezicacile kugcina ibhizinisi lakho lisendleleni efanele.
• Imibono esebenzayo yokuthi uhlela kanjani ama-milestone futhi ubhekane ngezinselelo ezingalindelekile.
Ungaphuphi nje. Hlela, uvivinye, futhi ukwenze kwenzeke. Vroom vroom. Download Change Gear Toolkit]]></description>
				<podcast:season>1</podcast:season>
		<podcast:episode>3</podcast:episode>
		<itunes:season>1</itunes:season>
		<itunes:episode>3</itunes:episode>
Ozokuzuza kulesisiqephu:
Ungaphuphi nje. Hlela, uvivinye, futhi ukwenze kwenzeke. Vroom vroom.]]></itunes:summary>
				iShintsha iGiya Podcast
Isiqephu 4: Sebenzisa futhi Uguqule - Ukuguqula izinhlelo zibe yizenzo
		<description><![CDATA[Uhlelile, ukuqinisekisile, manje sekuyisikhathi sokukwenza kwenzeke. Esiqephini 4 seShinstha iGiya Podcast, umethuli uMpilo Khumalo ukuhambisa esinyathelweni sesi-6: “Sebenzisa Uhlelo Lwakho”, futhi uyalusonga uchungechunge ngemininingwane ebalulekile yokwenza ibhizinisi lakho liphile.
Ubuhle bohlelo oluqinile, ngukusetshenziswa kwalo. Lesisiqephu sigcwele izeluleko zangempela ezivela kubanikazi bamabhizinisi eNingizimu Afrika yonkana—noma ngabe unenkampani esebenza ngodoti eVenda, indlu yezivakashi eKaroo, noma ipulazi lezinkukhu eFree State, lezi zifundo zidalelwe wena.
Ozokuzuza kulesisiqephu:
• Ungayethula kanjani ngempumelelo i-pivot yakho futhi uyidlulisele kumakhasimende kanye nalabo osebenzisana nabo.
• Ukuqhaqha uhlelo lwakho lwenguquko, lube yimisebenzi engenzeka kanye nokwabela izibopho.
• Ukugcina ibhajethi yakho isesimweni nokulungisa izinselelo ngaphandle kokuphazamisa inqubekelaphambili yakho.
• Kungani ukubayinhlobo yomuntu nosomabhizinisi ongakwesabi ukuguquka uma izimo zikudinga kuyisihluthulelo sempumelelo yesikhathi eside.
• Ukubungaza izimpumelelo, kanye nokusebenzisa izimpendulo (feedback) ukuze uthuthukise ibhizinisi lakho njalo.
Ukuguqulwa kwebhizinisi lakho akugcini lapha – sebenzisa okufundile nokuhlelile, yiba ngumuntu ongesabi ukuguquka, futhi ungami, qhubeka njalo. Vroom vroom. Download Change Gear Toolkit]]></description>
				<podcast:season>1</podcast:season>
		<podcast:episode>4</podcast:episode>
		<itunes:season>1</itunes:season>
		<itunes:episode>4</itunes:episode>
Ozokuzuza kulesisiqephu:
Ukuguqulwa kwebhizinisi lakho akugcini lapha – sebenzisa okufundile nokuhlelile, yiba ngumuntu ongesabi ukuguquka, futhi ungami, qhubeka njalo. Vroom vroom.]]></itunes:summary>
				iShintsha iGiya Podcast